Sebebuyile sicela nibagade kodwa abakwaVundla besicele izimoto zibalinde nalaba bangaphesheya eBhuntshe seziyabathatha kuyimanje, sibongile kakhulu
Ntshidi Primary School
It's a primary school, starting from grade RR to grade 7, the school was started in 1967 and was built by the late Inkosi Ntshidi Mzimela,
18/06/2026
Sebefikile eScience centre eRichards bay abangani behambe kahle
Sanibonani bazalwane
Ngicela sibeke otakalani Bani nkosiyami njengoba benohambo nje olubheke eBay namhlanje ,bazobe bebona izihlahla zihamba.Nibatshele bengalokithi bamethenge ama chips , ukudla kwasenini sibalungiselele kukhona .Bazoya eScience centre eBay bese bedlula eMall entsha Uma sebebuya engicabanga ukuthi uhalf past 3 bazobe sebebuyile .Amen
Big shout out to my new rising fans! Asbonge Sboniso
Sanibonani bahlobo ayisazani ukuba bhizi netoho
Ngicela ningisize ngokuthi izingane zami ningazithengeli futhi ningaziniki ama chips angikhathali ukuthi awakuphi.
Kuyezwakala lapho emuva?
Big shout out to my new rising fans! Sukoluhle Mehlo Mgazi, Mzwandile Ka Sthenjwa Nene
Siyasuka manje kade sisashaya inyama namalayisi , ngizocela sibahlangabeze esikoleni ngoba ibhasi izogcina khona
Umdlalo wokuqala amantombazane
Inkosi Ntshidi 6 eSiqhomaneni 2
Click here to claim your Sponsored Listing.
Location
Category
Contact the school
Website
Address
Rural Ntshidi Area
Empangeni
3880